Unogada udubule uzakwabo maqede waphela endaweni ngemuva kwengxabano
Unogada waseBela-Bela, eLimpopo, udubule uzakwabo kulandela ingxabano eshubile esontweni eRadium lapho bebevinjwe khona ngoSuku Lwamalungelo Abantu. Laba balisa ababili bebesemsebenzini...