Kudutshulwe kwabulawa abantu ababili ngesigameko sokuqopha izigebengu ebezithatha imali

USiseko Mkhize obefunda eVista High School waqopha izigebengu ngesikhathi zithatha imali yeProtection kubantu bendawo abanezitolo endaweni yaseSiyahlala.

USiseko Mkhize obefunda eVista High School

Kubikwa ukuthi izigebengu zimbone ngesikhathi ebalekela kubo, zafike zadubula umnyango wendlu, wase edubuleka washona, njengoba zamjaha waze wafika kubo.

Mhla kufihlwa uSiseko Mkhize zabuya izigebengu zafike zabulala umfowabo omdala uPrince uMkhize.

umfowabo omdala uPrince uMkhize.

Kumanje umndeni wabo usuhlalele ovalweni awukwazi ngisho nokulungiselela umngcwabo wabo ngoba ubaleleke wayobhaca endaweni thizeni ukuze baphephe.

ISIKHANGISO

Umthombo: https://m.facebook.com/story.php?story_fbid=pfbid0b6tNQ1b7B2FrGkQa1z73NsJ2U8TGj7H4RJ88CReuzSvSNshds9YzMNLH8KvoyXXJl&id=100063704275961

WP Radio
WP Radio
OFFLINE LIVE