Mayelana Nathi

ISAMBANE NEWS iphephandaba lamhhala eliphuma kabili ngenyanga,elasungulwa ngo-2016 nguMnuz Siyabonga Mthethwa eNewcastle elisatshalaliswa ngamakhophi angu-20,000 – 30,000 KwaZulu-Natal. Lishicilela u100% ulimi lwendawo (isiZulu).

Siya Mthethwa  (Umsunguli noMphathi) – Isambane News – Isambane Productions)

Izethameli eziqondiwe (Target Audience).

Leliphephandaba liqondiswe kuyo yonke imiphakathi esiFundazweni saKwaZulu-Natali yingakho sinezindawo zokusabalalisakomasipala bendawo kanye nesizindalwazi samaphephandaba (website) esenza sikwazi ukusabalalisa umhlaba wonke.

Inhloso yethu enkulu ngabantu abamnyama abahlala emalokishini,emadolobheni nabasemaphandleni abakha u-90% wabantu besifunda.