Yiba sethubeni lokuwina Umncintiswano Wosuku Lomama kwa-Flam Funeral Services noScelo Mncube k

Yiba sethubeni lokuwina Umncintiswano Wosuku Lomama #MothersDayCompetition kwa-Flam Funeral Services noScelo Mncube.

Usuku Lomama usuku lapho abantu bebonisa ukwazisa kwabo ngothando abanalo komama wabo emhlabeni wonke jikelele. Umcimbi Wosuku Lomama ugujwa minyaka yonke kodwa uba ngezinsuku ezahlukene ekhalendeni,yezwe ngokwehlukana kwawo.

Kulo nyaka, uSuku Lomama luzoba mhla zingu-12 kuNhlaba 2024.

I-Flam Funeral Services ikunika ithuba lokuwinela uMama wakho umncintiswano ukuze athole I-massage eSpar kanye nokunye.

1. Like & share ikhasi lase-Flam lika Facebook @FlamFuneralServicesDbn

2. Comment usho ukuthi kungani ufisa ukuwinela uMama wakho lomkomelo
3. Share this post ku-Facebook wakho, ucele abangani bakho nabo benze njalo.

Imininingwane eyengeziwe ngabawine umncintiswano izokwabiwa ekhasini likaFacebook lase-Flam Funeral Services.

Umasingcwabisane wakwa-Flam Funeral Services ungumasingcwabisane womndeni.

Ungajoyina umasingcwabisane ngo R100,ufake abathandiweyo bakho abalinganiselwa ku-13 isibalo,iminyaka u-0 kuyaku 100, noma izibongo zingafani kulungile ngemali engango-R150 njalo ngenyanga.

Uma usuka komunye umasingcwabisane wamukelekile ukuzoshintshela kwa Flam, uzofike ubeyilunga ngesikhathi, angeke ukhokhe i-Joining Fee.

Ungaxhumana nabakwa-Flam enombolweni yesikhungo sezingcingo ku 087 153 1688 noma ubathinte ku-whatsapp ku 063 878 4123

Ungabalandela ekhasini labo likaFacebook elithi Flam Funeral Services Dbn.

WP Radio
WP Radio
OFFLINE LIVE