Ababengabasebenzi bakwa-Absa bakhwabanise ibhange imali engaphezu kuka-R1 million
Uphenyo lwangaphakathi olwenziwa yibhange lakwa-Absa noKlebe seluholele ekuboshweni nasekushushisweni kwabesifazane ababili ababengabasebenzi basebhange i-Absa ngamacala okukhwabanisa, ukweba nokushushumbisa imali. Laba...