Amaphoyisa azingela ababulali beMeya yaseLimpopo
IMeya kaMasipala waseCollins Chabane, uMoses Maluleke, idutshulwe yabulawa. 'U-Big Moss' njengoba aziwa kanjalo wayebuye abe yiPhini likaNobhala we-ANC esifundeni saseVhembe...
IMeya kaMasipala waseCollins Chabane, uMoses Maluleke, idutshulwe yabulawa. 'U-Big Moss' njengoba aziwa kanjalo wayebuye abe yiPhini likaNobhala we-ANC esifundeni saseVhembe...
Amaphoyisa athi iphoyisa laseLimpopo lidubule labulala intombi yalo kanye nomsolwa obethandana nayo eSeshego Zone 3 ngasePolokwane ngaphambi kokuthi lizidubule lazidubula....
UMnyango Wezempilo eNingizimu Afrika uqinisekise lezizindaba esitatimendeni ngoLwesibili. Okhulumela uMnyango wezeMpilo, uFoster Mohale, uthe ungqongqoshe uhlolwelwe i-Covid-19 ngemuva kokuba nezimpawu...
Imibiko yokuqala ye-toxicology ikhombisa ukuthi intsha engu-21 eyashona e-Enyobeni Tavern yayine-methanol egazini. Uhulumeni wesiFundazwe saseMpumalanga Kapa oholwa nguNdunankulu u-Oscar Mabuyane...
UNgqongqoshe wamaPhoyisa,uMnuz Bheki Cele,usethole ukugxekwa kanzima ngemuva kokuthi ekhethe ukuchitha amalitha otshwala obungaphezu kuka-30 000. Lokhu kulandela ezinye izigameko ezimbili...
Ekhuluma kwi-EFF Presser ebingesonto eledlule, lesi siqeshana esingezansi sidonse amehlo abantu abaningi kulandela icala elingundabuzekwayo lokubulala lowayengumdlali webhola lezinyawo iBafana...
Umndeni ukuqinisekisile ukudlula kwakhe wathi uzokhipha isitatimende esigcwele ngokuhamba kwesikhathi. Usanda kuhlonishwa ngendondo ye-Artfluence Human Rights Award ka-2022 ngokuzibophezela kwakhe...
UNobhala-Jikelele we-ANC osamisiwe, u-Ace Magashule uthi uzobe ekhuluma ngezimfihlo zikaJessie Duarte emasontweni ezayo. Lokhu ngemuva kokushona kukaSekela-Nobhala Jikelele ngeSonto, 17...
Liyaqhubeka namuhla ngoMsombuluko icala lobeyiMeya yeTheku uZandile Gumede eNkantolo eNkulu yaseThekwini. UGumede nabanye abangu-21 basolwa ngokubandakanyeka ekukhwabaniseni nasenkohlakalweni yethenda yeDurban...
IPhini likaNobhala we-ANC uJessie Duarte ubekwe endaweni yakhe yokugcina ngokuthula namuhla UMengameli uCyril Ramaphosa wethule amazwi enduduzo emngcwabeni wePhini likaNobhala-Jikelele...