Kudutshulwe kwabulawa ikhansela le-ANC KwaZulu-Natal

Three piece of handgun brass with blood on concrete

 

Kudutshulwe kwabulawa ikhansela le-ANC eGreytown, eKZN ngoLwesihlanu ntambama

Kuvulwe icala lokuqhunyiswa kwesibhamu esingekho emthethweni esiteshini samaphoyisa eMatimatolo eGreytown maphakathi neKwaZulu-Natal.

Amaphoyisa esifundazweni athi amalungu e-ANC abenomhlangano wawo wegatsha ngesikhathi amalungu awo amabili exabana Kuthiwa amadoda angaziwa aye lapho afike avulela ngenhlamvu ebhekise kwikhansela le-African National Congress eGreytown adubula abulala lokhu kwenza abantu baqhelelane nepolitiki ngoba bazobe besabela impilo yabo.

Udaba olugcwele sizolufaka ngokuhamba kwesikhathi

#IsambaneNews
#SibuyaNazoZishisa

 

WP Radio
WP Radio
OFFLINE LIVE