Isilomo saMakhosi uWillard Katsande simisiwe yiPSL
Ngokusho kweKickOff, uKatsande uzophuthelwa umdlalo weSekhukhune United neBaroka FC ngeSonto. Lokhu, ngemuva kokuqoqa amakhadi aphuzi amane kule sizini. UKatsande uzogwetshwa…
Kushone abantu abayisithupha ngemuva kokuphuza i-JIK abayinikezwe umfundisi wesonto labo.
Umfundisi webandla utshele amalungu ebandla lakhe ukuthi uzowabusisa,wanquma ukuphoqa abantu ukuthi baphuze i-JIK. Ngebhadi abayisithupha abantu bashonile ngemuva kokuphuza…
Umfana udubule wabulala umsolwa owagwaza wabulala uyise
Umfana wesikole sase-Eastern Cape ubanjwe inkunzi emini, ngesikhathi ebuyela ekhaya, umfana ephethe izingubo, nocingo lwakhe oludonse amasela amathathu amphuce…
Umfundi uboshelwe ukugwaza wabulala esikoleni eKZN
Kuboshwe umfundi oneminyaka engu-15 ubudala,wabekwa icala kulandela ukubulawa komfundi esikoleni esise-KZN North Coast ngoLwesine. Ngokusho kokhulumela amaphoyisa eKZN, uLieutenant…
UDkt Sandile Nxati ushone esanda kuthenga imoto entsha
UDkt Sandile Nxati uthweswe iziqu zobudokotela eNyuvesi yaseKapa, wabe esephumelela njengodokotela wathenga nemoto ethi uzomangaza amalungu omndeni wakhe uma…
Owesifazane owaba umshayeli wamaloli wokuqala wakwaShoprite useqeqeshe abashayeli abangaphezu kuka-400 kuze kube yimanje.
Owesifazane owaba umshayeli wamaloli wokuqala wakwaShoprite useqeqeshe abashayeli abangaphezu kuka-400 kuze kube yimanje. UNomusa Caroline Hlongwane (59),waba ngowokuqala wesifazane kwaShoprite…
Khumbudzo Ntshavheni: Wonke umuzi kufanele uthole u-10GB wedatha
Ungqongqoshe wezokuXhumana uKhumbudzo Ntshavheni utshele iphalamende ukuthi yonke imizi eNingizimu Afrika kungakhathaliseki ukuthi icebile noma impofu,kufanele ithole isabelo sedatha engu-10GB…
uGavin Hunt uchithe isicelo seqembu eliphezulu laseZimbabwe
Owayengumqeqeshi weKaizer Chiefs, uGavin Hunt,uchithe isicelo seqembu eliphezulu laseZimbabwe Kubikwa ukuthi uHunt usenqabile isiphakamiso seqembu laseZimbabwe eliphezulu. Ngokombiko weSoccer Laduma,…
Uyabuyela enkantolo ngolwesithathu uZuma
Lowo owayengumengameli wakuleli uMnuz Jacob Zuma uzobuyela eNkantolo eNkulu yaseMgungundlovu ngoLwesithathu. Kuzothathwa isinqumo mayelana nesicelo sikaZuma sakamuva sokuthi umshushisi wombuso…