Inzima lena futhi ibuhlungu…..Umsakazi weMetro FM uPearl Shongwe usedlulile emhlabeni. UShongwe utholwe eshonile emzini wakhe osePolo Fields enyakatho yeGoli.

Odabeni lweSunday World, uPearl ushone ntambama kanti isidumbu sakhe sitholakale sibheke phansi embhedeni wakhe singenakulimala. UPearl Shongwe wazalelwa eSoweto waqala umsebenzi wakhe wokusakaza esiteshini sentsha saseGauteng, iYFM.

UShongwe ubedume ngokusebenza kuSABC News kanye nomsebenzi wakhe kuMetro FM noTbo Touch ohlelweni iThe Touch Down 3 2 6.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

WP Radio
WP Radio
OFFLINE LIVE