Isiteshi somsakazo esizinze KwaZulu-Natal, iVuma FM, isidedele abasakazi ababili abahamba phambili.

USthe Mashobane ongene kulo msakazo cishe ezinyangeni ezinhlanu ezedlule nophinde waba yingxenye yeVuma FM ukhonjwe indlela kulandela ukungenzi kahle nokungakwazi ukudonsa abalaleli abasha kulo mdlalo.

Omunye umethuli wezinhlelo onikezwe ibhuthi nguSnenhlanhla Mkhize odume ngelikaSne Intokazi. USne ubeshayela uhlelo lwangempelasonto kusukela ngo-10:00-14:00 kuVuma FM.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

WP Radio
WP Radio
OFFLINE LIVE