Inhlangano yezokusakaza kuleli iSouth African Broadcasting Corporation (SABC) ihlukene noMnuz Mpho Madise obebuye abizwe ngoMo G. Lokhu kulandela ukunqanyulwa kwenkontileka yakhe, ngenxa yokuphulwa kwenkontileka yakhe.

IMenenja yezamabhizinisi yakwiMETRO FM, uNksz Kina Nhlengethwa uthe “iMETRO FM uzoxhumana ngokuhamba kwesikhathi ukuthi ngubani ozophatha lolu hlelo futhi ubonga kakhulu ithimba elibambe iqhaza kulesi sikhathi.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

WP Radio
WP Radio
OFFLINE LIVE