Kutholakale isidumbu sekhehla ebese siqala ukubola eKZN
Kutholakale isidumbu sekhehla ebese siqala ukubola ngesikhathi kuhlolwa impilo emzini walo osemijondolo kuKarnigadu Road eRedcliffe,KZN namuhla ntambama (ngoLwesihlanu). Omakhelwane bathinte…
Kutholakale isidumbu sekhehla ebese siqala ukubola ngesikhathi kuhlolwa impilo emzini walo osemijondolo kuKarnigadu Road eRedcliffe,KZN namuhla ntambama (ngoLwesihlanu). Omakhelwane bathinte…
Amalungu e-ANC aqhamuka ezindaweni ezahlukene KwaZulu-Natal ngoLwesibili azovakashela emzini kalowo owayengumengameli wezwe, uMnuz Jacob Zuma, okuyisinyathelo asichaze njengesinyathelo sobumbano naye.…
Isidumbu sowesifazane ebesesiqala ukubola sitholwe ekamelweni lakhe lapho ehlala khona kuHippo Road eWaterloo – KZN ntambama (ngoLwesihlanu). Izakhamuzi zithinte iReaction…
I-SA Weather Service (SAWS) isikhiphe isexwayiso ngomoya oyingozi phakathi kuka-70km-80km/h ezindaweni ezisogwini lwaKwaZulu-Natal ngoMsombuluko ekuseni. Iphinde yabikezela amagagasi acishe abe…
UNdunankulu waKwaZulu-Natal, uMnuz Sihle Zikalala, uthi izakhamuzi kumele ziqaphele njengoba isimo sezulu singeke sibe sihle kule mpelasonto. UZikalala uchazele abezindaba…
Ugwetshwe udilikajele owesilisa waKwaZulu-Natal owadlwengula ingane eneminyaka engu-11. Ingane eneminyaka engu-11 ubudala yabukiswa i-video yezithombe zocansi yase idlwengulwa ngumalume wayo…
Lokhu kuqede ukuqagela ngalo Mkhandlu njengoba namhlanje bekunomhlangano wokungabethembi ubuholi balo Mkhandlu IMeya entsha yaseMkhanyakude ekhethiwe nguKhansela Tim Moodley,iPhini leMeya…
Usashaqekile umndeni wakwaLanga eNewcastle ngemuva kokuthi intombi ishise yabulala indodana yawo ngoba ingafuni ukwaliwa. Ngokuthola kweSolezwe ngoMgqibelo,uNksz Nobuhle Nzuza (24)…
Kudutshulwe kwashona abesifazane abathathu kwalimala izingane ezimbili ngesikhathi kudutshulwana esigcemeni sakwa-L eMlazi eningizimu yeTheku. Kusolakala ukuthi odade bebesekhaya ngoLwesithathu ebusuku…
Umsolwa oneminyaka engu-29 kulindeleke ukuthi avele okokuqala eNkantolo yeMantshi yaKwaMsane ngoMsombuluko, ngezinsolo zokugebenga abazalwane enkonzweni. Amaphoyisa aseKZN athe isigameko senzeke…