Error

Uzovela enkantolo yeMantshi yaseKulies River namuhla umfana oshaye ugogo wakhe

Umfana oneminyaka engu-19 ubudala uzovela eNkantolo yeMantshi yaseKuils River ngecala lokushaya ugogo wakhe namuhla.

Uboshwe ngemuva kokusabalala kwe-video yakhe eshaya ugogo wakhe ezinkundleni zokuxhumana.

Uboshwe emijondolo yaseWalledene eKraaifontein.

Amaphoyisa alulandele lolu daba kulandela ukucasuka kwakhe ezinkundleni zokuxhumana nabasebenzisi bethi akaboshwe.

WP Radio
WP Radio
OFFLINE LIVE