Owayengumsakazi weGagasi FM uPenny Ntuli usejoyine iJozi FM

UPenny Ntuli usethole umsebenzi omusha kuJozi FM njengoba ekuseni ekhulume ezinkundleni zokuxhumana ethi ulibangise eJozi ngendiza.

“Bomzala kukhona ithuba eselivelile ngaleGoli… Ngsayozama futhi kwezokusakaza. Umphathi wami omusha booked a flight ticket athi woza MaNtuli masufikile konke okunye ngzokulungisa♥️”, kubhala uNtuli.

Esithombeni: nguPenny nesikhulu esiphezulu seJozi FM Njomane emahoreni ambalwa edlule.

#IsambaneNews #SibuyaNazoZishisa I www.isambanenews.co.za

WP Radio
WP Radio
OFFLINE LIVE