UNgqongqoshe uNeliswa Peggy Nkonyeni ubandakanyeke engozini emgwaqeni u-R66 oLundi.

UNgqongqoshe wezokuThutha, ukuPhepha nokuXhumanisa uMphakathi, uNksz Neliswa Peggy Nkonyeni ubandakanyeke engozini emgwaqeni u-R66 oLundi.

UNgqongqoshe wezokuThutha, ukuPhepha nokuXhumanisa uMphakathi, uNksz Neliswa Peggy Nkonyeni nabavikeli bakhe babandakanyeke engozini eyenzeke ku-R66 oLundi.

UNdunankulu waKwaZulu-Natal, uMnuz Sihle Zikalala, ufisela uNgqongqoshe wezokuThutha, ukuPhepha nokuXhumanisa uMphakathi, uNksz Neliswa Peggy Nkonyeni kanye nabavikeli bakhe abasondelene naye ukululama okusheshayo kulandela ingozi yemoto eyenzeke ngaphandle kwasoLundi namuhla.

UNgqongqoshe uNkonyeni kanye nabavikeli bakhe babandakanyeke engozini ngemuva kokuqhuma kwesondo emotweni ngesikhathi behamba ku-R66.

WP Radio
WP Radio
OFFLINE LIVE