Owesifazane waseMlazi ugwetshwe iminyaka emithathu eqondisa izimilo neminyaka emine ebhadla ejele iminyaka emithathu yonke.

Lokhu kulandela ukuthi kutholakale ukuthi uvote izikhathi ezingamashumi amabili nane okhethweni lohulumeni basekhaya olusanda kwenzeka.

UNomusa Gabuza, onguthisha esikoleni saseThekwini ulivumile icala lokwephula imithetho yokhetho.

UGabuza wenze amavoti ayishumi nambili okhethweni lomasipala kanye nayishumi nambili ngaphezulu okhethweni lwamawadi.

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *