ISouth African Weather Services isikhiphe isexwayiso sokuthi kulindeleke ukuthi kube nemvula ehambisana nokuduma okukhulu kwezulu kanye nezikhukhula ngoLwesihlanu ntambama KwaZulu-Natal.

ISouth African Weather Services isikhiphe isexwayiso sokuthi kulindeleke ukuthi kube nemvula ehambisana nokuduma okukhulu kwezulu kanye nezikhukhula ngoLwesihlanu ntambama KwaZulu-Natal.

I-SAWS inxusa abantu ukuthi baqaphele bagweme ukuhamba emabhulohweni nasemigwaqweni ezindaweni eziphansi ngoba lezi zingase zihlaselwe yizikhukhula ngoba kungase kube nemigodi.

Ngokwesitatimende kulindeleke ukuthi leli zulu liduma kusukela ngo-2 ntambama kuze kube yihora leshumi nanye ebusuku

WP Radio
WP Radio
OFFLINE LIVE