Omakadebona beMpi baseMalawi bathumela isexwayiso esiqinile kuPutin – “yeka umbhedo wakho noma ubhekane nathi empini”
Omakadebona beMpi baseMalawi bathumela isexwayiso esiqinile kuPutin – “yeka umbhedo wakho noma ubhekane nathi empini”
Omakadebona bezempi eMalawi bathi baphatheke kabi ngesenzo sikaPutin sokuhlasela i-Ukraine,bathi kumele ame ngokushesha kungenjalo bazoyishisa iMoscow.
“UPutin akufanele avivinye isineke sethu, kufanele ayeke ukuhlasela i-Ukraine noma abhekane nathi empini,” kuchaza uJenene ‘Judas’ Jailos osewathatha umhlalaphansi wenkosi yaseNyasaland African Riffle.
#IsambaneNews
#SibuyaNazoZishisa